Indlela Yethu

Soul Brothers

Hamba kahle mfowethu
Uzusikhumbule la ukhona
Noma kubuhlung'akusenani
Indlela yethu sonke
Mfowethu

Hamba kahle mfowethu
Uzusikhumbule la ukhona
Noma kubuhlung'akusenani
Indlela yethu sonke
Mfowethu

Sikhona isikhathi sokujabula (Iyeye)
Sikhona isikhathi sokudumala futhi
Sikhona isikhathi sokujabula (Iyeye)
Sikhona isikhathi sokudumala futhi

Sikhona isikhathi sokujabula (Iyeye)
Sikhona isikhathi sokudumala futhi
Sikhona isikhathi sokujabula (Iyeye)
Sikhona isikhathi sokudumala futhi

Masiguqe
Sithandaze
Masiguqe
Sithandaze
Masiguqe
Sithandaze
Masiguqe
Sithandaze
Masiguqe
Sithandaze
Masiguqe
Sithandaze

Informações da música

Composição:

Essa informação está errada?

Enviar revisão